LYRICS: Manny Yack – Noodles ft. Intaba Yase Dubai

Manny Yack – Noodles ft. Intaba Yase Dubai.

[Pre-Chorus: Intaba Yase Dubai]
Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang’kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun’ ukuyodlala
Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang’kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun’ ukuyodlala

[Chorus: Intaba Yase Dubai]
Funde iskole mina ngekhandlela
Ugesi ngiwazi sengimdala
Intombi muyifuna bewuyilandela
Mina ngiyiqhuba nangebhala
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
(Eh eh)

[Verse 1: Manny Yack]
Ng’yakhumbula mina esgele beng’jikisa engakhokhiwe ama fees
Kudum’ikhanda ngoba ngiphume endlini ngingadlile
Bekunswembu sihlala sibawu six kwi RPD, uh
Wavela wahamba ubaba
Ngingakhoni ukulala ngizwa ekhala umama
Ngaqed’ iskole, istifiketi ngangaslanda
Ngalolosuku kwak’mele ngiqal’ uk’yophanda, mmh-mm
Couldn’t get a degree, so ngakhwela ama beats
Ngathol’ ispani ngichatha iy’moto to get something to eat
Same year ngathol’ uthando and kwazalwa incosi
Ngayiqamba uAaliyah
Had no choice but to win, yeah yeah
Ungavumi uhlulwa impilo ntwana yami
Akukho okungadluli izwa ngami
Ungavumi uhlulwa impilo ntwana yami
Akukho okungadluli izwa ngami

[Pre-Chorus: Intaba Yase Dubai]
Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang’kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun’ ukuyodlala
Ngize ngaba na-16
Ngakaze ngigibele imoto mina ngikhule emakhaya
Ang’kaze ngibenalo ithoyizi
Butshelwa ngezinkomo mawufun’ ukuyodlala

[Chorus: Intaba Yase Dubai]
Funde iskole mina ngekhandlela
Ugesi ngiwazi sengimdala
Intombi muyifuna bewuyilandela
Mina ngiyiqhuba nangebhala
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
(Eh eh)

[Verse 2: Manny Yack]
Akusekho uk’bheka emuva
Khumbula besthuka, sixegwa amablukwe
No matric dance, bes’nganayo inyuku
Manje sengiy’nuku, ncolisa itafula
Manje mang’fika kunyuka iyithupha, blessed
Mama wathi “Funda kumaphutha” lessons
Ntombi zing’bamba ngapha nangapha, ambidextrous
Noma ungalanda u-Professor you cannot test us (Nah nah nah nah)
Nawe uyazi indlala ibanga [?]
Angsahleki nhlobo ngigane unwabu
Nawe uyazi indlala ibanga [?]
Angsahleki nhlobo ngigane unwabu

[Chorus: Intaba Yase Dubai]
Funde iskole mina ngekhandlela
Ugesi ngiwazi sengimdala
Intombi muyifuna bewuyilandela
Mina ngiyiqhuba nangebhala
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
(Eh eh)

[Outro: Manny Yack & Intaba Yase Dubai]
Nawe uyazi indlala ibanga [?]
Angsahleki nhlobo ngigane unwabu
Nawe uyazi indlala ibanga [?]
Angsahleki nhlobo ngigane unwabu
Funde iskole mina ngekhandlela
Intombi muyifuna bewuyilandela
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
Mina ngakhula ngemfino, ngingawazi u-cheese
Ngakhula ngomdoko, mina angwazi ama noodles
(Eh eh)

Downloadz Song Mp3